Ubunzima Bokukhula Ngaphandle Kwabazali angikaze ngikhule ngaphandle komzali angibazi ubunzima kodwa ngike ngibone kubantu abangenabazali. uma ungenayo umzali uhlala nabantu abangakuzali kujwayeleke ukuthi usetshenziswe kanzima, usebenze kakhulu kunezinye izingane, uyathethishwa kunezinye izingane zakulowomuzi. noma ngabe kuthiwa ingane yakhona iyadelela wena kumele wehlele ngezansi ngoba akukhona kini. uthando lokuba nomzali okhala kuyena awubi nalo.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Grade 12 Matric whatsapp groups
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |